Whether you or a loved one have become dependent on alcohol or chemicals of any description, from nicotine to dagga (cannabis), tranquilizers to cocaine, crack, LSD, ice, mandrax, heroin or any other illegal substance. SANCA Durban offer a range of preventative and treatment services. Please read on.

SANCA Durban Alcohol and Drug Centres have been serving the greater Durban and Coastal belt area for the past forty years. No one knows all the answers about alcoholism and drug dependence, but we know more than most.

SANCA offers effective prevention, treatment and support programmes for all involved.




Izikhungo lapho kwelashwa khona abahlukunyezwe utshwala nezinye zezidakamizwa

(Sanca Durban)

U-Sanca waseThekwini usiza abantu abahlukunyezwe utshwala nezinye zezidakamizwa ngalezizindlela ezilandelayo.

  1. U-Sanca uyakwazi ukukulapha ube uqhubeka nezinkambiso empilweni yakho (out-patient treatment)
  2. 1.1 Lukhona uhlelo lokukulapha ube uhleli emagunjini ethu (in-patient treatment).

Siyakwazi ukukunika izinhlelo ezisezingeni eliphakeme zokunqanda isifo sotshwala kanye nezinye zezidakamizwa, ngoba sikholelwa ekutheni inganqandeka inkinga yezidakamizwa. KwaSanca sikholelwa ekutheni kungcono ukulapha umuntu ehleli ngaphakathi (lulama) ngoba lokho kunganqanda ukuthi uhlelo lokulashwa lungaphazamiseki. Loluhlelo lwenzele labo abazinikele futhi bezimisela ukuthi izimpilo zabo zishitshe ngokugcwele.

Lokho kusho ukuthi umndeni kanye nabangani, nalabo abasondelene nalowo onenkinga kumele babambisane ukuze impumelelo ibonakale.

Sinezinhlelo ezahlukahlukene ngoba sino Dokotela, amaNesi kanye noSozonhlalakahle abasiza iziguli zethu.


236 Ninth Avenue
MorningSide
Durban
4001
South Africa
TelePhone : (031) 303 2202
Fax : (031) 303 1938
International : (+27) 31 3032202
Lulama Treatment Centre
185 Vause Road, Berea, Durban, 4001
Tel : 202 2241 Fax : 2014643
202 2274



Visitor Number :


TradePage
This Website created and maintained by TradePage